                                     12

                        UKULIMA- AMAHLATHI NOKUDOBA

                                  

Ukulima

Ukulima kusemqoka kakhulu eNingizimu Africa Kufanele sisungule izindlela
ezintsha zokulima ezizokwazi ukuvikela ingcebo yethu efana nokulima
ezizokwazi ukuvikela ingcebo yethu efana nomhlaba, inhlabathi kanye namanzi

Kukhona ingxenye encane kulomhlaba wethu elungele ukulima. Leyo mihlaba
elungile kaningi isetshenzinswa ukulima nokuvuna. Kukhona imvula encane
kumazwe amaningi lokho kwenza kube nzima ukulima Uhafu wamamnzi wethu
asetshenziswa ukulima.

Abalimi abakhuiu banikele ngokudla okunin kithina kodwa ngesinye isikhathi

basebenzis izindela zokulima ezilimaza umhlaba. Basebenzisa kakhulu,
okuthakiweyo okufana nomanyolo kanye nemithi yokubulala izinambuzane
insimini. Bahlanyele nenhlobo eyodwa yesilimo. lezi zinto zisebenzisa amanzi

amaningi kuzilimo kanye nokusebenzisa imishini enzima elimaza inhlabathi.

Uhulumeni ohlukanisa izizwe ngenhlalo unikeze abalimi amali yokulima
ukusetshenziswa kwemishini yokulima kulimaze imifula futhi babulala
izinyoni

eziningi

Kukhona ulawulo oluncane lwezithako ezisetshenziswa kakhulu nomuthi

wokubulala izinambuzane ensimini kanye nezinye izithako.

Lezithako zingeziwa yimvula ziye emifuleni lezithako zingcolisa amanzi.

Ukusebenzis izithako kakhulu kungalimaza izimpilo zabasebenzi babalimi.

Abanye abalimi ngeke bavumele inhlangano ekhulumela abantu

ikhulume nezisebenzi zabo.

Umhlaba omningi esiwusebenzisayo kube yisabelo sezinkomo wonakele

kakhulu, yizinkomo ezidla utshani nezinye izitshalo. Lokhu kubi kakhulu

emaphandleni okuqala.

Isikhathi eside abalimi abazange basebenzise izimbewu zesintu nolunye
uhlobo

lwezinkomo, Kodwa abanye abalimi bayazama ukusebenzisa lokho. Bathole ukuthi
izitshalo nezinkomo zaseNingizimu Afrika ziphila isikhathi eside ukwendlula
lezo eziphuma phesheya. lzinkomo zase Ningizimu Afrika kazihlupheki kangakho
uma kukhona isomiso noma ukugula.

Ukuconywa kwezolimo

1 . Uhulumeni kufanele akhuthaze abalimi labo abangasebenzisi okuthaki
kakhulu.

Kufanele bafundise abalimi futhi babakhombe nokwenza. Okusemqoka

kakhulu okuhloswe abalimi ukukhipha kufanele kubhadale abasebenzi imali

ezobaphilisa.

2. Imihlaba eminingi efanele ukwahlukaniselwa seyonakele. Uhulummeni ufanele
ukunceda abalimi abasha ukulungisa umhlaba. Uhulumeni futhi umelwe uku
fundisa nokunceda abalimi abasha ukulima ngokufaneleyo.

3. Uhulumeni kufanele athole indlela entsha yokuvikela inhlabathi yethu.
Lokhu kusemqoka. Uhulumeni kufanele enze imali eningi futhi nabasebenzi.

Uhulumeni akufanele ukuthi ancede abalimi ukuthenga imishini enzima limaza
umhlabathi wethu.

4. Uncedo nemfundo lolo uhulumeni alunikeze abalimi kufanele lutholwe

ngabancane nabampofu.

5. Uhulumeni ufanele ukukhuthaza abalimi ukuthi bahlananyele izithelo
ezahlukene ngomunye nomunye unyaka. Uhulumeni Kumele abafundise ngalokhu.
Imithetho kumele iguquke ukuze ikwazi ukukhuthaza lokhu.

6. Uhulumeni umelwe ukufunda ukuthi ukulinywa kukashukela enatali kulimaza
inhlalo okuhlalwa kuyo. Uhulumeni ufanele ukuthola indlela yokugwema
lokumosha.

7. Uhulumeni umelwe ukufunda izindlela ezintsha zokungamoshi umhlaba. Lokhu
kumele kuqhunyaniswe nezidingo zabalimi.

8. Uhulumeni kumele anqume ukuthi izithako eziyingozi zingasetshenziswa
abalimi. Ezinye izithako ezizetshenziswa lapha azisasetshenziswa kwamanye
amazwe. Abalimi nabasebenzi kumele bafundiswe ngobungozi bezithako
abazisebenzisayo. Kufanele bagcoke izingubo zokuba vikela.

  1. Sifuna indlela engcono yokuhlola ukuthi yisithako esinjani
     esisetshenziswe umlimi futhi sithintana kanjani nenhlalo okuhlaiwa
     kuyo. Lendlela kumele ifake abalimi

10. Hulumeni umelwe ukuqongelela indaba ngokumosheka osekwenzekile kuma

chaphelo womhlaba kumele basebenze ngendlela ezovikele umhlaba ungasamosheki
kakhulu.

11. Uhulumeni umelwe ukufunda ukuthi izithombo zase Ningizimu Afrika
zingasetshenziswa ekulimeni futhi bafunde izindlela zesintu zokulima
nokubona ukuthi lokhu kungasetshenziswa ekuvikelene inhlalo okuhlalwa kuyo.

Amahlathi

Amahlathi emvelo: INingizimu Afrika inehlathi lemvelo elincane elisele.
Amahlathi amaningi emvelo acekelwa phansi kuminyaka engu 1 00. Amahlathi
Emvelo aphethwe abo mnyango wendaba yamanzi namahlathi.

Intengo yendawo okutshalwe kuyo: Cishe amakota amathathu endawo yethu
yokutshala aphethwe ibandla elilodwa. Amanye ephethwe nguhulumeni
ngokungenela ngeningizimu Afrika nakunhlanganiso yamahlathi. (SAFCOL) uhafu
wendawo okutshalwe kuyo kutshalwe imithi yephayini. Omunye uhafu kutshalwe
igumtrees namanzi. lndawo eningi okutshalwa kuyo isenatali naseMpumalanga
Kapa

Izinkuni eziningi ezivela endaweni okutshalwe kuyo zisetshenziswa ukwenza
amaphepha. izinkuni zethu eziningi zithwenga phesheya. Ezinye izinkuni
zisetshenziswa ukunceda ngaphansi emgodini kumamayini. lndawo okutshalwa
kuyo imithi idala imisebenzi kubantu abasemaphandleni.

Abalimi abancane nabo bangalima izihlahla. Lokhu kunganceda umnotho wethu
ukhuphuke. Kodwa indawo ekutshaiwe kuyo ingadala imiphumumela emibi
kunhlalo okuhlalwa kuyo njenge.

a. Ukulahlekeliswa kokuhlukahlukana kwezimila nezilwane yinhlobo yinye
yomuthi olinywa kundawo okutshalwe imithi. Kumhlaba wotshani noma kumahlathi
emvelo lawo abekhona ngaphambi kokuba indawo okutshalwe kuyo imithi
bekukhona izinhlobo eziningi zemithi nezilwane.

b. Indawo okutshalwa kuya imithi isebenzisa amanzi amaningi.

c. Njengoba izimboni zifuna izinkuni eziningi, kuzodingeko ukuthi kutshalwe
imithi eminingi. Lokhu kuzoshiyo umhlaba omncane wokunye.

Izinkuni zokwenza umlilo: Awukho umbiko omkhulu ngezinkuni zokwenza umlilo
ukuthi zingakhi lapha eningizimu Afrika. Abalimi abaningi abamhlophe balima
imithi yezinkuni zokubasa zabasebenzi babo.

Kuzabelo zakudala, kukhona izinhlobo ezinhlanu zezinkuni zokwenza umlilo:

a. Umnyango wokwenza izinkuni zomlilo: Lokhu kwabekwa phezulu ngabo myango
wamahlathi kumhlaba owanikezwa Enkosini. Ezinye zazo zazitshalwe ukuzungeza
amahlathi emvelo kanye nendawo egcwele utshani ukuba ibavikele.

b. Umasipalati wezinkuni zokwenza umlilo:

Umasipalathi ulima izinkuni ukuze ezithengise.

c. Umaphakathi wezinkuni zokwenza umlilo:

Kumphakathi wezinkuni zokwenza umlilo imithi ilinywa futhi geyomphakathi
wonke.

d. Inkosi yezinkuni zokwenza umlilo:

Lezinkuni zokubasa ziqalwa wumyango wamahlathi. Zindluliselwe enkosini kuthi
azigcine.

e. Umuntu wezinkuni zokwenza umlilo:

Amakhaya amaningi asemaphandleni batshala imithi yabo emincane abazothola
kuzo izinkuni zokwenza umlilo. Kwazulu abaphathi abaningi bezinkuni
zokubasa balima uwatela ukuze bathengise amagxolo. Uwatela wokhuni ulunge
kakhlu ukubasa umlilo. Abalimi abancane bakwazulu balima ugamthini
ukukhipha emapala wezinkampani ezinkulu. Izinkuni ezisalayo zisetshenziswa
ukubasa umlilo.

Awukho umgomo olingana konke mayelana nenkambiso yezamhlathi. Kodwa
amakampani bazihlelela imithetho yabo ngol989 kusukela ngol972 inkampani
ilindeleke ukuthi ithole iphephamvume elivela kwezomyango wezamanzi
namahlathi ukuze ibe nendawo yokutshala imithi. Umnyango wezamanzi
namahlathi ufanele ukubhekisisa ukuthi amasimi asebenzisa amanzi
angakanani, babuke futhu ukuthi lezozitshalo ziyiphatha kanjani indawo
imithi etshalwayo ayingatshalwa ngasogwini lomfula.

Kodwa umgomo wezamaphomende yabekwa eminyakeni engamashumi amabili
Edlula ziningi izinguquko ezenzeka ukususela ngaleso sikhathi. Lomgomo
wamaphemidi ufuzile ukuthi ubuyekezwe uguqulwe. Kuyacace futhi ukuthi
abanye abantu bayiphula lemithetho ngaphandle kokujeziswa. Endaweni lapho
kutshalwa khona imithi engasese lezozindawo ezingasemifuleni ogeleza lapho
ziyanakekelwa kunalezozindawo okutshalwa khona imithi ezingezaka Hulumeni.

Ngokwezindaba zemigomo kahulumeni

Cishe amakota amathathu emithi etshaliwe yatshalwa ngaphambi kokuqala
kwamaphomende. Lemithi esitshaliwe ayisadingi amaphomende. Amaphomede
abengasetshenziswa ezabelweni zangaphambilini ngakhoke kalukho ulawulo
phezu kwalemithi etshaliweyo.

Ezomgomo maqondana nohulumeni amahlathi ethu emvelo abaluleke kakhulu.
Avikela ukwehlukahlukana kwezimila kanye namanzi. Zibalulekile empilweni
yelizwe. Zingazuza abantu bakuleyondawo. Sidinga umgomo wezwe ozohlanganisa
izidingo zabantu kanye nezidingo zamakampani wamahlathi.

Uhulumeni kumele abheke ukuthi indawo lapho kutshalwe khona imithi ukuthi
ngabe iyiphatha kanjani leyo ndawo. Izinkampani zona zibuke ukuthi zizame
uku sebenzisa umhlaba abanawo kangcono kunokuba batshale kabusha imithi
emhabathini omkhulu.

Ukutusa

ngezamahlathi

1. Uhulumeni ufanele ukuthuthukisa umgomo wezamahlathi ezibhekane nenhlalo

okuhlalwa kuyo kanye nezidingo zabantu. Uhulumeni kumele abheke futhi
ukuthi umnyango muphi ofanele ukubhekana nezamahlathi.

2. Endaweni ethile wonke umgwamanqa womuzi nabalimi abancane kumele

bathathe indawo kumgomo.

3. Amahlathi emvelo afanele ukuqashelwa isipesheli samahlathi kuhulumeni.

4. Uphalafini, izinkuni namalahle kumele kuhlale kukhona kubantu
basezabetwen zangaphabili. Lokhu kuzavimba nabantu ukuncuma imithi eminingi
yonkwenza

5. Kumele sincede emahlathini emvelo ethu ukulima/ukukhula uHulumeni ufanele

alungisele iprogramu yamahlathi leyo ehilela abantu bakulayo ndowo,

Uhulumeni ufanele alungisele iprogram

6. Uhulumeni umele afunde ibanga kundawo okutshalwe kuyo imithi kunhlalo

okuhlalwa kuyo futhi nakubantu abahlala Uhulumeni umele abheke

kuphephamvume futhi. Okuvela kumanzi engalingene, ukuxega kokwehlukahlukana
kwezimila nezilwane, futhi nokuvikela ubuhle bendawo obufanele buqashelwe.
indawo okutshalwe kuyo imithi ebikhona esikhathi eside kanye nabantu
basezabelweni kufanele nabo babenalo iphephamvume.

  1. Uhulumeni umele abheke kuphephamvume futhi. Okuvela kumanzi
     engalingene, ukuxega kokwehlukahlukana kwezimila nezilwane, futhi
     nokuvikela ubuhle bendawo obufanele buqashelwe. Indawo okuthsalwe kuyo
     imithei ebikhona esikhathi eside kanye nabantu basezabelweni kufanele
     nabo babenalo iphephamvume.

8. Zonke izinkampani nabalimi abalima imithi kumele babe nengwadi yemvumo

yakahulumeni enikeza amandla lawo abanceda ukuthi balime ngendlela lengwadi
yemvumo yakwahulumeni enikeza amandla kufanele ibatshele ngokuvikela
inhlalo abahlala kuyo. Inkundla yamahlathi nayo kufanele ilungiselelwe.

9. Uhulumeni kumele aqaphele kakhulu ngokutshala kundawo okutshalwe kuyo

imithi. Lokhu kungaba yibanga elibi kunhlalo esihlala kuya.

10. Abantu bonke kufanele babonisane mayelana nokuthengisela uhulumeni
amahlathi abo kumakampani azimeleyo. Uhulumeni kumele (kufanele) abheke
ngokuqaphela ukuthi kuzokwenzekani uma amahlathi emvelo athengiselwe
kumakampani azimeleyo amahlathi emvelo kufanele alawulwe nguhulumeni.

Ulwandle okudotshwa kulo izinhlanzi

Ngaphansi kokuhlukaniswa kwezizwe ngenhlalo imvumo yokubamba inhlanzi,
isikhuphashe nokwathathwa kumgwamanqa womuzi. Uhulumeni unikeze leligunya
kubanikazi bamakampani abamhlophe. Inzuzo ebuya kuzinkampani ayiyi
kumiphakathi ethile. Abadobi bezinhlanzi ababuya kumgwamanqa womuzi kumele
basebenzele izinkampani ezinkulu zokudoba ukuze bokwazi ukuphila.
Umgwamanqa womuzi ompofu ohlala ngasogwini lolwandle kumele uvunyelwe

ukudoba izinhlanzi ukuze akwazi ukuphila. Bandinga iphephamvume lokudoba
nezabelo. Badinga futhi nemali yokuthenga amanetha nezikebhe.

Uhulumeni yonke minyaka unquma ukuthi zingabangaki izinhlanzi
ezingadotshwa. Lokhu kubizwa ngokuthi ukuphelela kwemvumo yokubamba (TAC)
kumele benze isiqiniseko sokuthi akudotshwa izinhlanzi eziningi. Uma
kungadotshwa izinhlanzi eziningi ngonyaka ozayo ngeke zalingana noma
ngonyaka olandelayo. Uhulumeni unikeza ngamaphephamvume ngesinhlanzi
ezimiswe kule TAC. Le TAC ifanele yehliswe nokwenzeka kokuqiniseka ukuthi
ukunika ngezinhlanzi zethu akumoshwa ukudoba eziningi ngonyaka munye.

Ukutuswa komsomo wokudoba

1 .Uhulumeni kumele ashintshe indiela yamaphephamvume okudoba nesabelo

asiphile kumele benze isiqiniseko sokuthi umgwamanqa womuzi uthola

iphephanvumo lokudoba futhi bavimbe kakhuiu abantu abazodoba ngaphandle

kwephepamvumo.

2. Umgwamanqa womuzi, imboni nenhlangano yokuhlanganisa kumele zithathe

indawo ngokuguqula ihlelo.

3. Umgwamanqo womuzi omise ukudoba umele unququzelwe. Lokhu kuzodalo

amathuba emisebenzi kubantu abampofu abahlala ngasogwini lolwandle.

Umgwamanqa womuzi ungancedo ngokuqinisekisa ukuthi abantu ngaphandle

kwamaphephamvume abadobi izinhlanzi.

4. Uhulumeni ufanele abheke ekuncedeni imigwamanqa yemizi ethile alungisele

abasizanayo ukuqhubeka nokuthengisa inhlanzi.

5. Ilungelo labadobi besitsha sesikalo esincane kumele sivikelwe.
Ilsibonelo, uma

umdobi wetreknet behlushwa ngababhukuda ngesikebhe abanikazi eFalse Bay

kumele bavikewe ukuze bakwazi ukuqhubeka ngokudoba.

6. Imigwamanqa yemizi ethile kumele ivunyeiwe ukudoba inani elithile
lezinhlanzi uhulumeni kumele ancede lemigwamanqa yemizi ukuthenga amanet
nezikebhe.

eNew Zealand, isici esilahlekelisayo kasivunyelwe ukudoba one tenth
kuzozonke izinhlanzi ezibanjiwe kulelizwe uhulumeni ubanikeza imvumo
yokuthenga impahla.

7.Uhulumeni ufanele abheke kuzindlela zenzindaba zokuthatha isinqumo

senkampani enkulu yezinhlanzi ezivunyelwe ukubanjwa. Lezinkampani zindinga
ukulondeka kunyaka nonyaka ukuthi badoba zingakhi.
8. Isimo namalungelo wabasebenzi kuzinkampani zokudoba kumele
zithuthukiswe.

9. Imvumo yokudoba inhlanzi kumelinikezwe izinkampani zaseningizi Afrika,

inganikwa amakampani

10. Umnyango wezokulima ufanele ube nesibopho sokubhekana nokudoba

11. Ucwaningo oluningi kumele lenziwe kulendawo. Imigwamanqa yemizi kume

ithathe indawo yokucwaningisisa. Ukucwaninga kufanele kubheke ukuthi

  ------------------------------------------------------------------------
Okuphakathi
